info
Ngiyakhuleka🙏🥺 Nasekushoneni kwelanga nkosi uzube nami Ebunzimeni bempilo uzungkhumbule thixo wami Eyitheni eyhlele ukuqeda ngami Bawo Yala nami Eykhathini zobunzima sengphelelwa nayithemba uzubenami Ngiza kuwe Baba impilo iyanghlula umangiyphila ngokwami Ithemba lami ngilibeka kuwe ngoba wena uthembeke kancono kunalaba abaphila nami Mhla uletha ukukhanya kontanga uzungalikhohlwa nelami igama Mhla uzosusa usizi eympilweni zabantu uzungkhumbule nami Mhla uthumela ingelozi yoKJabula uzuyvumele ifike nakimi Nasekushoneni kwelanga nkosi uzube nami Akvumi ngithule #pray ,to the #lord
Duration: 51 sPosted : Sun, 10 Mar 2024 16:49:19Views
66.8KDaily-
Likes
4.4KDaily-
Comments
37Daily-
Shares
908Daily-
ER
7.99%Daily-
Latest