Vuka uqonde kabanzi ngezezimali noSifiso Nala [Part 3] Lenyanga esikuyo inyanga yokuqala kunyaka-mali, oluhambisana nokusebenza kweminyango kaHulumeni. Namuhla sikhulume ngohlobo lwamabhizinisi angenzi inzuzo (Non-profit) ukuthi angenzenjani ukuzicijela ukuthola uxhaso nokwazi ngezikhungo nezimboni ezixhasanayo. #UkhoziFMVABS #VABS #UkhoziFM